MZALA WAMI (SHORT STORY) by Fantasy Traveller
Mzala wami Mzala! Ngiyethemba nisaphila nabantwana. Nami ngiyaphila noma umkhuhlane wobusika ucishe wedlula nami nje. Ngahamba kahle nangalelalanga noma ngaze ngafika ngakusasa ekhaya ngenxa yetransport. Ngahlala ewaiting room kwaze kwashaya u 21h00 ebusuku lingafiki ibhasi. Cabanga-ke mzala ngingedwa nje umuntu … Continue reading