Angeke ngikhohlwe. Wagibela amatekisi amabili uza eflatini.
Ha, udoja emsebenzini, in-between amameeting. Hey, what happened to you… kodwa ke, indlela owawungakwazi ukuzibamba ngayo uma ucabanga mina, ngacishe ngakuthanda.
Anyway.
Wafika wabhaza i-intercom, ngikulindele, nganginervous. Of course, sasingazani ngaleyondlela. Kodwa sasiswazana, mangithi, amagazi ayezwana, imizimba yayifunana.
Funny, ya, wawungenza nervous.
Ngathi uma ngivula i-trellidor, wangibamba okhalweni wangipushela odongeni. Thixo. Umlomo wakho weza, amehlo ami esevaleke kancane, inhliziyo ishaya. Simakade.
Wangiqabula.
Ngenyusa isandla, ngakusondeza ngithinta izinwele. Dark, njengentshebe yakho.
Saqabulana, njengoluju lugeleza, your kisses.
Saya ekameleni. Kwasala phansi konke okuyingubo.
Wathi uyalithanda idilosi elihle. Wangitshela sisathumelana ama-SMS.
That’s the truth. Ama-SMS. Yaqala lapho into yethu.
Intombi yakho yayingekho, wawubhorekile. Nami wayengekho owami.
Kwafanele ngiyigcine ngaphakathi lemfihlo. Ngakhetha ukungayithi vu ngisho nakubangani bami.
Well. Kuthiwa its complicated.
Wangikhombisa ukuthi isifazane nesilisa siyakwazi ukuhlangana ngendlela enomlingo, ngendlela evutha isimanga.
Wangingena ngimanzi. Sishibilika, sincibilika.
Wangingena ngashushu. Izidonga ngaphakathi zidilika.
Umnandi. Mangithi- wawumnandi.
Ngangithi mhlawumbe siyophinde sihlangane. Siphinde esakwenza ngalelalanga.
Kubuhlungu ke guy, ukuzwa ukuthi yinto yakho vele lento yamaSMS ashisayo. Yi-strategy sakho esaziwayo.
Ngoba phela guy, ngayibona owayithumela kumngani wami iSMS.
It’s just ubengazi ukuthi nami ngidlule kuwe.
Wow. Wangiphoxa. I thought you were my little secret.
Eish ngeke kumele sikhiphe incwadi together ngeke!
nc one boy
Eish but u enjoyed