Monthly Archives: May 2011

Ukubaluleka kweClitoris – by Explorer

Ngakhula ingaziwa lento ekuthiwa yiclitoris. Abanye bayibiza ngobhontshisi wesitho sangasese somuntu wesifazane. Kodwa, angilizwisisi kahe leligama elithi ‘bhontshisi’, sengathi iwukudla ekumele kuhlafunwe. Noma nje mhlawumbe ukuthi angilijwayele; so ke ngisebenzisa leli elithi clitoris. Ngisakhula ucansi lwaluyinto egxile kakhulu ngokwenzeka ngaphakathi … Continue reading

Posted in Uncategorized | 3 Comments